14/10/2015
Inhloso yaleprograme ukusiza ingane zasemakhaya, njengoba sazi k*t isikhathi esiningi inzisa kusebenza azikho kahle emakhaya.
Izinga lobuchwepheshe lindlondlobala kakhulu kulesikhathi esiphila kuso yonke izinto eziningi zidinga ubaz buchwepheshe.
Ingakho sifundisa ingane ngoba izona abaholi bakusasa. Isizulu sithi ugotshwa usemanzi.
Leprograme izobe igxile kakhulu enganeni zaseKilmun izoqala kusebenza ngo2016